Lloyd Cele – Thando Lyrics

uuuuhh, huuu huu huuu.
Nalu uthando

Ngicabanga ngawe 'ndlel' omuhle ngayo westhandwa sami.
Ngicabanga ngawe ndlel' ongithanda ngayo westhandwa sami.

Ngifuna wena wedwa, ngikubone skhathi sonke
Uyintokozo yami, uyamangalisa

(Thando) Uyangijabulisa uThando
(Thando) Nguye uthando, Thando sondela
(Thando) Uyangijabulisa uThando
(Thando) Nguye uthando, Thando sondela
(Thando) Hoooooooo, nguye uthando, nguye uthando
(Thando) Hoooooooo, nguye uthando
Thando lwam

Amehlo akho, ubuhl' obudlul' izinkanyezi sthandwa sami.
'Ndlel' ong'thinta ngayo, engathi ngumoya wasezulwini.

Thatha konk' okwam, unginike konk' okwakho.
Uyintokozo yam engigcwalisayo

(Noma yin' oyifunayo)
Noma yin' oyifunayo ngizoyamukela
(Ngizoyamukela)
Ubokhulum' ungesabi, ngiyazfela ngawe sthandwa

Uthando thando
Nalu thando lwam

Comments (0)